01/08/2026
ama RELATIONSHIPS angeke a last ngoba sithandana nabantu abangakwazi ukukhuluma iqiniso 😭❤️🩹. sithandana nabantu abazi cabangela bona bodwa 😒. sithandana nabantu abangakwazi uku sacrifice 🥹💔. sithandana nabantu aba entertainer ama Ex wabo . sithandana nabantu abanga communicate nathi . ngithi sithandana nabantu abakwazi uku move on without saying a word 😭😭. sithandana nabantu abaxoxela abangani babo ama secret wethu😔. sithandana nabantu abanamahloni ngathi ngoba sihlala emikhukwini or RDP house 🥹😭. sithandana nabo “abantu bazothini mangimufaka ku profile pic” 😭. izinhliziyo zethu zimanikiniki & ziphukile . Let's not rush things if abakufuni awujoli it's fine , never rush into a new relationship 😭❤️🩹. just stay calm & never settle for less lalela inhliziyo uzinike iskhathi sakho 👏🏽❤️🩹. ungathandani nomuntu ngoba nakhu ufuna ukuzwisa Ex yakho ubuhlungu because that will hurt you more 😭❤️🩹. hlukana ne Ex yakho i move on ngempilo kuzolunga one day is one day nawe uzojabula njengabo bonke abanye bantu 🥹❤️. uzomthola umuntu wangempela uzoyithola happiness & uzokhohlwa nokuthi wake wezwa ubuhlungu 😭❤️🩹. don't badmouth your Ex no just be matured , grow don't block him or her hlukana nomuntu phuma kuye 😭♾️. text those who texts you , post what you feel is right & just enjoy life ukhona umuntu okufuna ngehliziyo yakhe yonke 🥹❤️. ukhona impela yena ukuthi uthule okwamanje ucashile somewhere 🥹. uzovela ngesikhathi esifanele esasidaliwe 🥹❤️.