25/10/2026
Mphakathi Wase Tshelimnyama namaphethelo singcine siwatholile amathambo entombi endala ngemuva kokuduka izinyanga sincinga nabantu befona bedlala ngathi abanye bemfanisa kodwa kungeyena namuhla ekuseni ngo 7 kufone umlisa obekade eyozingela okuyena othole umzimba wentombi endala usunakele kodwa impahla zonk kuseyizo. siyabonga kwabasicingise intombi endala.
NB! Nayi ke ethusayo ngesento elidlule kutholwe omunye obeduka ngesikhathi esifanayo nogogo kodwa yena bekumlisa naye utholwe ngokufana labantu baduke EDABE BOBABILI
UKHONA UMBULALI ENDAWENI YETHU.