21/08/2026
Akusilona ibhawoti lika mpompi leli welokhuza iring nqo akusho mina kusho ubhuti uThibela Mpungose
Bafowethu kanti le engaka enihleze niyithukela UKhuzani ngoba akekho umuntu ongawazi amagalelo akhe emculweni nase mhlabeni wonke jikelele ikakhulukazi ekululeni isandla kubantu kodwa engabheke nzuzo.
Kushuthi kuyiqiniso ukuthi akekho umuntu ozalwa nomona kodwa umona uzowuthola kumuntu 😏
ngob' umuntu🤞😎