Mazibuye Emasisweni Farm

Mazibuye Emasisweni Farm Isizukulwane sokuqala sabalondolozi bobumsulwa bemvelo abasenobuNtu ngendlela yokwazisa nokuhlonipha ubumsulwa BukaMvelinqangi.
(2)

We are dedicated to raising healthy, hardy indigenous goats., honoring traditional farming practices.

17/08/2026

Awukho umuzwa omnandi njengokubona imiphumela yezithukuthuku zakho noma
ukuvuna okutshalile🧘🏾‍♂️🧘🏾‍♂️

Lanake sazi/sizibumbele nge✋🤲🤚 zethu. Baphekwe banongwa ngendlela ngendlela esifuna ngayo👨‍🍳
17/08/2026

Lanake sazi/sizibumbele nge✋🤲🤚 zethu. Baphekwe banongwa ngendlela ngendlela esifuna ngayo👨‍🍳

Namuhla ke sisebenza laba!! Abahluphi nje nhlobo. Izimvu zenkosi
06/08/2026

Namuhla ke sisebenza laba!! Abahluphi nje nhlobo. Izimvu zenkosi

Impilo nokufuya kunjengalezi thombe lezi. Akuhlezi nje kukhanya kukuhle kucwebezela. Uyake ukwenze konke kepha kuvele ku...
25/07/2026

Impilo nokufuya kunjengalezi thombe lezi. Akuhlezi nje kukhanya kukuhle kucwebezela. Uyake ukwenze konke kepha kuvele kudime nje kufiphibale kungagqami noma kungabi njengoba ubufisa. Ube ukwenze konke ngendlela futhi ukwenzisisa.

Kukuwena ke ukuthi emvakwalokho wenza njani.

Akuzulwa ke namhlanje🤣🤣
21/07/2026

Akuzulwa ke namhlanje🤣🤣

17/07/2026

Ngisebenza nomunyeka namhlanje🐕‍🦺🐕‍🦺 Ngoze ngishe nezwi🤦🏾🤦🏾 angabe umuntu wenza umsebenzi wakhe…

Cathu cathu🐾🐾
14/07/2026

Cathu cathu🐾🐾

12/07/2026

Ukuzala ukuzelula amathambo🐕🐕. Ngiyathuma kuphela nje nami🫢🫢.

12/07/2026

Uma kwezandawonye zingalinkanka lonke ithayi, ziphuze zonke futhi ngaphandle kokushayana.

Address

Empangeni
3880

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Mazibuye Emasisweni Farm posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Shortcuts

Share

Category