Nontobeko Mabusi Enterprise

Nontobeko Mabusi Enterprise 🌿 Nontobeko Mabusi
Bringing the best of farm & kitchen to you! πŸ…πŸ² Fresh produce, delicious meals & catering for every occasion

Helping your table and garden flourish. βœ¨πŸ“ž 079 811 2148 / 069 365 9505

Ngaze ngabambeka namuhla balimi abahle nixolele bahlobo bam kumele ngabe sengifakile izifundo ukth sikhumbuzane njengoba...
01/09/2026

Ngaze ngabambeka namuhla balimi abahle nixolele bahlobo bam kumele ngabe sengifakile izifundo ukth sikhumbuzane njengoba kwi skhathi sotshala manje

kodwa ngizofaka maduze bahlobo bami khulekani ngyanithembisa balimi

Balimi abahle angikaze nginibone namuhla isijingi esiphuma lana noma upheke inqeke yakho bese uyidla isipholile nje kade...
31/08/2026

Balimi abahle angikaze nginibone namuhla isijingi esiphuma lana noma upheke inqeke yakho bese uyidla isipholile nje

kade ngibambekile namuhla bahlobo bami kodwa ngba ikhaya lenu leli nganikhulula ukth hlalani nibeke iskhwama emsamo kuncono

ngazi kahle nje nikhona

31/08/2026

Celebrating my 1st year on Facebook. Thank you for your continuing support. I could never have made it without you. πŸ™πŸ€—πŸŽ‰

Yabona balimi iphethe konke female ne male imbali lana esithombeni sethu lezimbali zidingeka zombili esitshalweni ukuze ...
30/08/2026

Yabona balimi iphethe konke female ne male imbali lana esithombeni sethu lezimbali zidingeka zombili esitshalweni ukuze izokwazi ukhipha izithelo

ngisenzisile kakhulu balimi abahle lesi sifundo behalamuza nje

Niyawuzwa kodwa umoya balimi ubhenguza kanjan kulezi nsuku nje uvele uphundle izitshalo zabuhlungu yhooAyy kuyazweka nga...
30/08/2026

Niyawuzwa kodwa umoya balimi ubhenguza kanjan kulezi nsuku nje uvele uphundle izitshalo zabuhlungu yhoo

Ayy kuyazweka ngampela phela manje umoya udla lubi impela

Balimi yazi mina angithengi ithombo zika pelepele ngithatha wona lona ngiwomise bese ngiyabheda zigqume ithombo ngitshal...
30/08/2026

Balimi yazi mina angithengi ithombo zika pelepele ngithatha wona lona ngiwomise bese ngiyabheda zigqume ithombo ngitshale

iskhathi esiningi ngenza kanjalo angeke phela ngithenke konke nakho lokhu ekutshalayo ngikhipha imbewu kukhona

upelepele ave uyisoka kakhulu kuma customer bayathanda ngenye indlela balimi abahle

nawo siwutshale singayeki njalo

Useke unake mlimi ukth green pepper isitshalo esikhula kancane asijahi njenge ezinye kodwa lapho esikhula khna ngathi si...
30/08/2026

Useke unake mlimi ukth green pepper isitshalo esikhula kancane asijahi njenge ezinye kodwa lapho esikhula khna ngathi sithi ngibuke mase sithela isivuno sakhona

uqinisekise ukth balimi anufaki umanyolo usamuncane ngba uyasha ubolokhu nje uncenga ngomquba mase ubona ukth usukhule ngendlela okwiyona bese uyafaka kodwa ayy asumancane

nibeke inhliziyo phansi balimi abahle izitshalo ziyancengwa masuke zishile akusho ukth bese uyayeka qhubeka fth uphinde wenze impilo yethu leyo ka farming

Masuke utshala u-anyanisi wase hlobo nansi imbewu osebenzisayo balimi ngiyathemba niqedile ukubheda manje nilungiselela ...
30/08/2026

Masuke utshala u-anyanisi wase hlobo nansi imbewu osebenzisayo balimi ngiyathemba niqedile ukubheda manje nilungiselela ukufaka emhlabathini

lembewu sephinda isibili ukwifa nathi nizothenga niyi gqume ngicela ukubona abantu kule post aseba bheda nje alindele ukth manje betshale isitshalo sabo

ngicela nivele balimi ukuze ngizofaka isifundo ngawo ukth utshalwa kanjan

Balimi nugade lomuthi masuke usebenzisa qinisekisa ukth ukala iskali esibhalwe kuwona mathiwa 5ml yenzanjalo ungabeke we...
29/08/2026

Balimi nugade lomuthi masuke usebenzisa qinisekisa ukth ukala iskali esibhalwe kuwona mathiwa 5ml yenzanjalo ungabeke wena usukafa kakhulu ngba nakhu uxakwe zilwane ekabishini asekwenzi lokho

lomuthi uyashisa kakhulu mangabe usebenzisa ngokweqile ukala into efanelekileyo

mangabe ubona ukth awukusuzi musa ukweqisa isikali dlulela komunye umuthi ongase ikusize nje uthole mhlape uthe ukuba strong kunalo

ngicela ningizwe kahle balimi withathe into engisuke ngiyisho fth wifake emqondweni wakho

Kukhathele inhliziyo iwona balimi yhoo angifuni ungasho siyasebenzisa nasi isitshalo afuni ungasho yerr
29/08/2026

Kukhathele inhliziyo iwona balimi yhoo angifuni ungasho siyasebenzisa nasi isitshalo afuni ungasho yerr

Address

PO BOX NYONI MANDENI MACAMBINI AREA
Gingindlovu
2238

Opening Hours

Monday 09:00 - 17:00
Tuesday 09:00 - 17:00
Wednesday 09:00 - 17:00
Thursday 09:00 - 17:00
Friday 09:00 - 17:00

Telephone

+27798112148

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Nontobeko Mabusi Enterprise posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Contact The Business

Send a message to Nontobeko Mabusi Enterprise:

Shortcuts

Share

Category