Sbusiso King "Swidi" Gcabashe

Sbusiso King "Swidi" Gcabashe Maskandi Artist..Swidi�

Lonake wangishela yena
08/09/2026

Lonake wangishela yena

07/09/2026

Ubanike lo obamba ingane eyibambela les'bozi?? Lapho kostage manager

06/09/2026

Nizophula ingane lezibozi

05/09/2026

Wothi mawungibona uthi gcab'z'in

Ake uhlaziye lengoma engivuke nayo ngephupho namhlanje ilethwe iphelele .mina ngyahlupheka bafwethu ingoma angikwaz ukuy...
05/09/2026

Ake uhlaziye lengoma engivuke nayo ngephupho namhlanje ilethwe iphelele .mina ngyahlupheka bafwethu ingoma angikwaz ukuyiqopha ngyalethelwa ngephupho angaz nam kuthi kungani ?kodwa sezifikile ezingange album sengibuya ngisho kubantu besintu bathi nabo abanalusizo bathi abanikazi bomsebenzi bazibambele bona 💔??

IXHOKOVANA 🎙
KAZ NGYOBA YIDLOZI ELIHLE KANJAN KINI BANTABAMI UMA NINGILAHLA NGIPHILA .NAHAMBELA BANTABAMI NAHAMBA IMINYAKANYAKA .NIYOBUYA SENGIFILE NGENYE IMINI NGYABONA .ANONGIPHATHELA AMAKHANDLELA EMNCWABENI WAMI NIYOBUYA SENGIFILE NINGEKE NIPHINDE NIZE NIWONDLE UMZIMBA WAMI .NIKHOHLWE IKHAYA LENU ?.NGELINYE ILANGA KUYOPHOQA UKUTHI NILIKHOMBE LONA LELIXHOKOVANA .IXHOKOVANA LAMI LIYANETHA IXHOKOVANA LAMI .ZINGANE ZAMI ZAMANTOMBAZANE ZAGANA ABANGALOBOLI ,ZINGANE ZAMI ZABAFANA ZADUKA NEGOLI WOOO NALELIXHOKOVANA SELIYANETHA .
MAKUNETHA IZIMVULA NGYANETHA ,MAKUNOMOYA OMKHULU ISIVUNGUVUNGU IZINCWADI ZABANTWANA ZIYAPHEPHUKA 💔

NIYOTHOLA IFONI KOMAKHELWANE BETHI UMAMA WENU AKASEKHO EKHAYA HLANGANANI BANTABAMI NIZOTHE

EMMVA KOM'BIKO NIYONGIKHUMBULA EMVA KOM'BIKO

🙏🙏🙏

Kuthiwa Umfowabo kas'nqamu akashayi uyadida 🤣
04/09/2026

Kuthiwa Umfowabo kas'nqamu akashayi uyadida 🤣

03/09/2026

Bafana ngiyivalele I pitbull kodwa ifuna ukweqa

Iyaluma phela

Weee khona nalona ayii uzosuka msindooo la🤞
01/09/2026

Weee khona nalona ayii uzosuka msindooo la🤞

01/09/2026
27/08/2026

UGAQELA EZIKO UZOSHA MINA ANGIFUNI NJE UKUDAKELWA

Address

Johannesburg

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Sbusiso King "Swidi" Gcabashe posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Shortcuts

Share

Category