Buzani kubawo

Directions Website

Buzani kubawo Kube kukhona Uma ngabe ngiyajabula😭

05/05/2026

We need more followers my people let's add people to our group bazokwaz ukubaluleka kuka bawo❤️🤷🥺

Zonibhalela amabali ngoku asencwadin yam entsha ngoku (buzan kubawo).
And my other new book it's (kube bekukhona umama)

Enjoy your evening my beautiful people night🤚🥰❤️


05/05/2026

Since kudala singasahlangan bantwana basekhaya cela s**e siguqeni ngedolo simbongeni sonke ngalo mthandazo ubawo👏🏼❤️

Bawo wethu osemazulwin malidunyise igama lapho. Mawufike umbuso wakho, yenziwe intando yakho apha emhlabeni njengoba iyenziwa ezulwin. Usixolele izono zethu njengoba nathi sibaxolela abasonayo. Ngoku nangomso uyinkosi edinga ukudunyiswa sithi sonke kude kube kusekupheleni AMEN

kuye❤️👏🏼ubawo...enjoy yourselves my people

05/05/2026

2026 is going to be your year trust him. He was busy fixing others lives now it's your turn🤞👏🏼❤️

kubaw

05/05/2026

If you're waiting for God. Do what waiters do best serve him👏🏼🥺

Molweni bantwana basekhaya❤️❤️❤️❤️🤷

kubaw.

05/06/2025

Umjolo usilimaze kakhulu🤞😫.
Noma umuntu eSerious ngawe ubona ngathi uyakunyela😫

22/04/2025

One day you'll tell your story people won't believe you, because you hold it down and act as if everything was fine

So keep pushing ❤️👏

20/04/2025

Poem 📜🫶

Wathula wathula kwaze kwafika ekuthuleni thulani yonke imithwalo yakhe nithulise nalaba abakhalayo
Ningakhohlwa kuthulisa nomsindo walaba ababhimbayo
Isilonda esidala lesi esibhibhayo anisakwaz na ukufa

Ukuthi bazothi alehlanga lingehlanga belibone kahle lehla nomzimba wakhe

Lingasoze ke likhuphuke, makwenzekile ke liyokhuphukela ezulwini. Ngixakwa ukuthi elivila kangaka uvume kanjan ukuyokwendela koyise mkhulu😭

Ngimazi ehamba erhulula inyawo naku seze seze ukhahlele ibhakede ke. Ngixakwa ukuthi zizofika izimvula ethuneni lakhe abe isibukeli ke ,abe ngusingaye.. Uma lihlebe ukucaba ukuthi singaphila ngaphandle kwakhe

Ube usaphila nje🫶😭📜💔


20/04/2025

Poem❤️🫶eyenu le!📜

Wagcina! wagcina kunguyena isithembi wenza isithembiso
Kwenzeke konke ebekumele kwenzeke kithi ukuze sifike lapha
Sigula sizilapha
Sibadinga beme kude laphaya bethi siyavilapha
Sihlatya ngameva simanaphanapha
Umasikhala besihleka behlela ngezansi behlela
Itulo lokus**etula

Sime lapha nje!
Ameva akhona la!
Sihamba ameva ekhona la uyakhumbula
Kungekho okulungayo?!
Sihlatya ngameva kwawona siwabangule ngamanye kwawona aphukele phakathi
Ontanga endleleni Begala thina sisaba ukubanjwa ukusa sisame lapha
Songasalali silokhu sihambile
Silambile, singadlile ontanga bedlala thina sidlala idlala...
Kodwa amava akhona lapha!
Sukuma ilanga lizokugabisela ngonina Uma selikuvulimba ukuhlanya
Inkinga zibaningi umu sekuzoshona ilanga
Zibani ziyacima zibani ngedolo
Inkinga zibaningi Uma sekushona ilanga

Angithi sihamba nje
Amave akhona la

🫶📜

Ubothula umuvumele umdali akhulume nawe❤️👏
19/04/2025

Ubothula umuvumele umdali akhulume nawe❤️👏

19/04/2025

Abantu abaStrong bayakhala ebusuku🤞😭

Address

3886 Mandela
Lusikisiki

Opening Hours

Monday 07:00 - 17:00
Tuesday 07:00 - 17:00
Wednesday 07:00 - 17:00
Thursday 07:00 - 17:00
Friday 07:00 - 17:00
Saturday 07:00 - 17:00
Sunday 07:00 - 17:00

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Buzani kubawo posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Shortcuts

Share

Category