Ndlebenkomo Goats Genetics

Call Directions Contact the business

Ndlebenkomo Goats Genetics Nguni/indigenous goats farming project intended to promote goats farming and to empower black youth i

03/07/2026

Celebrating my 8th year on Facebook. Thank you for your continuing support. I could never have made it without you. ๐Ÿ™๐Ÿค—๐ŸŽ‰

Ithuba loku applayela learnership kulabo abanesifiso sokufunda ngezimbuzi livaliwe, silivale izolo ngomhlaka 10. Lamathu...
11/09/2024

Ithuba loku applayela learnership kulabo abanesifiso sokufunda ngezimbuzi livaliwe, silivale izolo ngomhlaka 10. Lamathuba asazovela kakhulu njengoba silwa nokuthi inyama yembuzi ingene kwimakethe yenyama (meat market and butchers).

Njengoba sesiqalile ukulungisa amadele angumahamba nendlwana ezimbuzi (goat mobile abattoir) azozungeza South Africa yonke lokho kusitshela ukuthi sidinga abantu abaningi abazofundela ukuba ngabalimi bezimbuzi, nabazokwazi ukutholelwa umhlaba baxhaswe ngezimbuzi ukuze bekwazi ukukhiqiza izimbuzi ezidingakalayo.

Abakhele izindawo zasemakhaya ezisenamahlanze njengaseManzimeleni Tribe, Biyela Tribe( eNdlangubo nasoBuka), Zulu Tribe (eHabeni), Zulu Tribe (eNgudwini) nakwezinye izindawo abazame ukuzikhandla benze nama short courses ngoba sifisa bazuze kule mboni yezimbuzi.

23/08/2024

Inspired by a dream and armed with determination, Sizwe Thusi traded city life for a fulfilling farming career.

26/06/2024

Le camera siza ukuthi ukwazi ukubona ukuthi la kuhlala khona imfuyo yakho kwenzakalani, iphinde ikwelekelele ukuthi uma ungekho imsebenzi othena ayenziwe isale yenziwa ngendlela yini, ngoba abaningi babulawa ukuthi bayakhohliswa kuthiwe sijovile sadipha kanti zange kwenzeke.

So ukwazi ukubona konke ilefonini, noma imfuyo yakho yebiwe noma iputshile yaphuma uyakhona ukubona. Awudingi zintambo ezizoxhunywa okwakho ukuyifaka esigxobeni kuphela. And konke ikuthumela efonini.

Sithinte uma uyidinga.

26/06/2024

6.5 hp R8700
2.9 hp R7500

Although this is a multi purpose sprayer but we use it for dipping livestock. It's very effective in combating ticks.
Whatsapp us on 074 893 4371 to order

26/06/2024

Those who are in need of a identification brand mark certificate contact me via WhatsApp and call.

Abadinga izitifiketi zeBrand Mak siyakwenzela.

-esisha
-Uma salahleka
-uma singabuyi
-Tattoo Ink

04/06/2024

If there's anything outstanding from our side please remind us, it can be a training certificate, brandmark certificate or tattoo plier, etc...

Please whatsapp us on 074 893 4371, so that we can arrange to settle the outstanding item.๐Ÿ™๐Ÿ™

The giant in Nguni Livestock (cattle & goats)May his soul rest in peace.
29/03/2024

The giant in Nguni Livestock (cattle & goats)
May his soul rest in peace.

Our heart felt condolences to the Biggs Family
May his soul rest in peace.

I learned a lot from Clive Biggs, he welcomed me with a warm heart in the IVG industry and also contributed with some of his genetics to our herd.

24/02/2024

Ngiyabingelela
Bafuyi ngiyazi ukuthi siyaye sigxile ezimbuzini kakhulu kodwa namuhla ngifisa ukuthi silekelelane ohlangothini lwezinkomo.

Njengoba South Arabia lift ban ka 21 years singabanikezi inyama ebomvu njengamanje sebevulile and inyama ebomvu isiphinde yaba kwi demand ngendlela exakile.

Iziphizi izinselelo ezibhekene nabafuyi basemakhaya ezivimba ukuthi bangene kwi commercial farming?

Okwesibili singenzanjani ukuze abafuyi basemakhaya bangene kwi commercial farming.

Ngicela uma uphawula ukuveze ukuthi ufuye kuphi or uhlala kuphi and ubukhosi ongaphansi kwabo yibuphi.

Ngiyabonga kakhulu ๐Ÿ™.

Address

Mtunzini
3867

Telephone

+27837484646

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Ndlebenkomo Goats Genetics posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Contact The Business

Send a message to Ndlebenkomo Goats Genetics:

Shortcuts

Share

Category